Indodana kalowo owayengumengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, bahoxile ekufakeni isicelo sebheyili.
UMA ngabe bewuzitshela ukuthi ibandla lakwaShembe lilandelwa ngabantu abayiziqhaza nabangamaqaba ushaye phansi kwashunqa ...
INDIMA yemidlalo yethelevishini seyiphinde yagubuzelwa yifu elimnyama ngokudlula komunye wabalingisi asebemnkantshubomvu, uMkhetheni Obed "Shiyisicefe" Mgube. Umufi wazakhela udumo ngokulingisa indawo ...
ABEPHUME ngobuningi amakholwa amabandla ahlukahlukene ngesikhathi kunomkhuleko weSouth African Church Defenders eCurries Fountain Stadium eThekwini ngempelasonto eyedlule. Ngale nkonzo ...
ABAQEQESHI bamaqembu adlala kwiPremier Soccer League (PSL) kabayiniki lutho i-Orlando Pirates embangweni wesicoco seBetway Premiership ovuthayo phakathi kwayo neMamelodi Sundowns ezama ukusidla ...
BEBENESONTO elilodwa vo beqalile emsebenzini emapulazini eKranskop, abayisithupha abamuke namanzi emfuleni iNadi, eMabovini, eMsinga, ngoLwesine.
IQEMBU likaMnuz Jacob Zuma, uMkhonto Wesizwe Party, libambe ufishi omkhulu njengoba selijoyinwe owayeyiPhini leMenenja eMnyangweni wokuThuthukiswa koMnotho nokuHlelwa futhi waba yiNhloko kuPhiko ...
UTHEMBISE ukuthi imiphumela yemidlalo embalwa ezayo iyona ezocacisa ukuthi bathatha ziphi izinqumo omunye wezikhulu zeKaizer Chiefs, uKaizer Motaung Jr. Amakhosi asobishini njengoba esenqotshwe ...
KUZOKUBA nezinkonzo zokukhumbula umsunguli weCope ohlonishwe ngomngcwabo kahulumeni, uMnuz Mosiuoa 'Terror' Lekota ...