Indodana kalowo owayengumengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, bahoxile ekufakeni isicelo sebheyili.
UMA ngabe bewuzitshela ukuthi ibandla lakwaShembe lilandelwa ngabantu abayiziqhaza nabangamaqaba ushaye phansi kwashunqa ...
ABEPHUME ngobuningi amakholwa amabandla ahlukahlukene ngesikhathi kunomkhuleko weSouth African Church Defenders eCurries Fountain Stadium eThekwini ngempelasonto eyedlule. Ngale nkonzo ...
INDIMA yemidlalo yethelevishini seyiphinde yagubuzelwa yifu elimnyama ngokudlula komunye wabalingisi asebemnkantshubomvu, uMkhetheni Obed "Shiyisicefe" Mgube. Umufi wazakhela udumo ngokulingisa indawo ...
ABAQEQESHI bamaqembu adlala kwiPremier Soccer League (PSL) kabayiniki lutho i-Orlando Pirates embangweni wesicoco seBetway Premiership ovuthayo phakathi kwayo neMamelodi Sundowns ezama ukusidla ...
BEBENESONTO elilodwa vo beqalile emsebenzini emapulazini eKranskop, abayisithupha abamuke namanzi emfuleni iNadi, eMabovini, eMsinga, ngoLwesine.
IQEMBU likaMnuz Jacob Zuma, uMkhonto Wesizwe Party, libambe ufishi omkhulu njengoba selijoyinwe owayeyiPhini leMenenja eMnyangweni wokuThuthukiswa koMnotho nokuHlelwa futhi waba yiNhloko kuPhiko ...
UTHEMBISE ukuthi imiphumela yemidlalo embalwa ezayo iyona ezocacisa ukuthi bathatha ziphi izinqumo omunye wezikhulu zeKaizer Chiefs, uKaizer Motaung Jr. Amakhosi asobishini njengoba esenqotshwe ...
ABASHAYELI bamaPolo Vivo balulekwe ngabakhiqizi bayo kwaVolkswagen Group Africa ngendlela yokuwapaka ukuze kuzogwemeka ukuthi angazihambeli kulandela ukutholakala kwenkinga kwi-handbrake.